Enhlizweni yami ngaze ngak'thanda
Yazi uk'thanda umuntu intencane
Yazi uk'thanda umuntu intencane
Kubo bonke ngase ngichazwa nguwe
Mangithi 1 wathi 2 wethemba lami
Inhiziyo yami wasuy' thuma ekujuleni
Ngak'thanda dali wami (ngaze ngak'thanda)
Ngaze ngak'thanda Mtakababa (ngak'thanda, ngaze ngak'thanda)
Uk'thand' umuntu intencane (ngak'thanda, ngaze ngak'thanda)
Ngibone ngawe (enhlizweni yami ngaze ngak'thanda)
Seng'valile ngawe (ngaze ngak'thanda)
Ng'yabheja ngawe (ngak'thanda, ngaze ngak'thanda)
Uthando lami nawe (ngak'thanda, ngaze ngak'thanda)
Ludiliz' izintaba (enhlizweni yami ngaze ngak'thanda)
Seng'valile ngawe (ngaze ngak'thanda)
Ng'yaphetha ngawe (ngak'thanda, ngaze ngak'thanda)
Uthando lami nawe (ngak'thanda, ngaze ngak'thanda)
Ludiliz' izintaba (enhlizweni yami ngaze ngak'thanda)
Uthando lwam nawe lujulile
Lungangamagagasi olwandle
Futhi akekho oyisivimba mtanabantu
Ngaze ngak'thanda mina munu weh
Uthando lwam nawe lujulile welele
Lungangamagagasi olwandle uwelele
Futhi akekho oyisivimba mtanabantu
Ngaze ngak'thanda mina munu weh