Voice note Barry White voice
Dida ingane yabantu ebsuku yasangana
Ufuna sixoxe kuze kushone ilanga
Mina ngino mfana engimthandayo ekhaya
Iputsu roll ela daiselwa ilanga
Putsu roll ngabe ngakuyeka kudala
Zingaka ngi xhai indaba zam
Hmm ngicela ukohlwa indlela ekuleta kwami
Delete konke ngisho nenumba
SMS emoji please call, Block
Threatnisha umfazi uzom stalka angibopise
Akazi kuti epolice stasi ngine mpinch
Balise idocket umaleven ayichishe
Uhlea mina kuphenduke wena islima
Zange ngikushele uwena owayiletha lakimi
Bengeke nginga hali iShangan
Liyenza igwinya elimnandi uphambane
Ushembe akaDumpi uyakziba,
Vele ngikutshele iairtime iyabiza
Ngoba ukuqubeka nawe ngizocitwa