"And now for my next number, I'd like to return to the Classics
Perhaps, the most famous classic in all the world of music"
Awu ng'cel' ung'tshele, Zonke lezinto, k'phethe bani? Heh?
Nami ngiyamfun' uCherry o mtofo, tofo
Ngifun' ukudla oku mtofo, tofo
Ngifun' idladla eli mtofo, tofo
Nami ngiyam'fun' uCherry o mtofo
Awu ng'cel ungiyekele Mamghobhoz'
Uhambe uyoz'funel' umuntu koSpotong
Awu Dokotela Brigado no Cleo
Sigcwalisela abantu ngo mjovo, Whoa
Awu ufuna uw'linde kancane
Uw' blomele eceleni ukhumule is'gcoko
Ak'jaive bona kuze kuyovalwa
Amagenge sihleli siphelele
S'funa ukubona ukuthi zikhiphani, heh
Aku sukume idust lapho, whoa
Nami ngiyamfun' uCherry o mtofo, tofo
Ngifun' ukudla oku mtofo, tofo
Ngifun' idladla eli mtofo, tofo
Nami ngiyamfun' uCherry o mtofo, tofo
Ngifun' ukudla oku mtofo, tofo
Ngifun' idladla eli mtofo, tofo
Awu nami ngiyam'fun' uSweetie Love-oh
Abantwana la ba gqok' ama hot pants, ngiya quleka
Bang'phula amathambo, Whoa, uyezwa?
Ukushona kwelanga la namhlanje
Sobe sgqwele sonke eParkini, heh?
Awu Sbhodlo, ng'cel' ubaxolele
Laba aba hamba bacama estradin', hewena
As'jaive kube mnandi, Whoa
Masidlale kuze kube Monday
Heh, ngithi ng'cel' uphakamis' iGongo, woza
Sesi qedela abantu ubu thongo
Awu ng'cel' ukuthi uhambise lezinja zakho
Nazo zikhonkotha kuze kuyovalwa
Awu bathi "sicel' inalidi, sithunge iskirt"
Awu Nami ngiyamfun' uCherry o mtofo, tofo
Ngifun' ukudla oku mtofo, tofo
Ngifun' idladla eli mtofo, tofo
Nami ngiyamfun' uCherry o mtofo, tofo
Ngifun' ukudla oku mtofo, tofo
Ngifun' idladla eli mtofo, tofo
Awu nami ngiyam'fun' uSweetie Love-oh
Woza Cleo, faka ama strings baba
Awu fake iBa-, isound yethu lapho
Awu ng'cel' ung'tshele, Zonke lezinto, k'phethe bani?
Ngifun' ukudla oku mtofo, tofo
Ngifun' idladla eli mtofo, tofo