Alukh’uthando olutshengiswa ngezinyembezi
Awu injabulo ingasekuqaleni kuphela
Namanje kodwa ngiyezwa kuyathobeka
Ngithatha imithwalo yami mina ngigoduke
Ngithatha imithwalo yami mina ngigoduke
Oh bantu, loluthando lunjani?
Oluhlukumeza inhliziyo (nhliziyo)
Nenyama yami (Nomsuka wami)
Oh bantu, loluthando lunjani? (Lunjani?)
Oluhlukumeza inhliziyo (nhliziyo)
Nenyama yami (Nomsuka wami)
Uyakhumbula mhla sihlabelela
Weh sibali mbuyisele ekhaya
Weh sibali mubuyisele ekhaya
Uyabizwa uyonqonqoza nanini, nanini
Angisenakuzilibazisa (musukumushaya)
Ngithatha imithwalo yami mina ngigoduke (musukumbulala)
Uyaphela umoya (uma ekwehlula mbuyisele ekhaya)
Angisenakuzilibazisa (musukumushaya)
Ngithatha imithwalo yami mina ngigoduke (musukumbulala maye)
Oh bantu, loluthando lunjani? (Angisahlali lapha)
Oluhlukumeza inhliziyo (angisahlali lapha)
Oh bantu, loluthando lunjani?
Oh bantu, loluthando lunjani? (Angisahlali lapha)
Oluhlukumeza inhliziyo (angisahlali lapha)
Oh bantu, loluthando lunjani?