Ngohlala Ngil'dumisa Baba igama lakho
Ngohlala Ngil'memeza Baba njalo
Basheshe Bahleka (Hamba Nami)
Basheshe Bahleka (ungangishiyi Baba)
Sebethi sekuphelile ngami
Basheshe Bahleka (Hamba Nami)
Basheshe Bahleka (ungangishiyi Baba)
Sebethi sekuphelile ngami
Basheshe Bahleka (Hamba Nami)
Basheshe Bahleka (ungangishiyi Baba)
Sebethi sekuphelile ngami
Ngase ngiphelelwe yikho konke
Sengivula nemigqomo yabantu
Besho konke abak'funayo ngam.
Izinto ezimbi zazifanele mina
Mina ngiyakuthanda Jehovah
Ngoba uyasilwela izimpi zethu
Qonda!q onda! mngani wami
Bekungesiko okwangunaphakade
Thatha izitha zami (Thatha)
Uzifake (uzifake) ngaphansi kwezinyawo zami
Basheshe Bahleka (Heyi usheshe wahleka wena)
Thatha izitha zami (Zisuse!)
Uzifake (uzifake) ngaphansi kwezinyawo zami (kwezinyawo zami)
Basheshe Bahleka (heyi usheshe wahleka wena)
Thatha izitha zami (Thatha)
Uzifake (uzifake) ngaphansi kwezinyawo zami
Basheshe Bahleka (usheshe wahleka wena)
Ngase ngifuna nokuzibulala (ngangisazi ngiphilelani)
Awu! Umsebenzi wam ongaka
Mababengibona bayabaleka (hamba Nami)
Engathi mina ngikhohlakele ukudlula bonke
Basheshe Bahleka (ungangishiyi Baba)
Mababengibona bayabaleka (Hamba Nami)
Engathi mina ngikhohlakele ukudlula bonke
Basheshe Bahleka (ungangishiyi Baba)
Basheshe Bahleka (Basheshe Bahleka)
Basheshe Bahleka (Basheshe Bahleka)
Sebethi sekuphelile ngami
Basheshe Bahleka (Basheshe Bahleka)
Basheshe Bahleka (Basheshe Bahleka)
Sebethi sekuphelile ngami
Basheshe Bahleka (wahamba nami)
Bengakaboni lutho ngami (wayidudula nami, wang'bamb' isandla)
Basheshe Bahleka (Basheshe)
Sebethi sekuphelile ngami
Sebethi sekuphelile ngami
Written by: Deborah Fraser