LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Uma Kungenxa Live

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Mhh uma kungenxa (Uma kungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezono zami)
Mthethelele weJehova (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Noma kungenxa yokubi kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa yezono (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Hayayi baba uphukile umphefumlo wami
Ibuzwile ubuhlungu inhliziyo yami
Masumthatha baba ngingakamazi
Ngingakamphathi ngingakamniki lonke uthando
Bekumele ngimnike lona

Ayaphela amathemba wam
Since impala isikhathi asichithe nami
Nkosi yami yamukela umoya wakhe aphumule

Uma kungenxa yobubi bam (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa yezono (Noma kungenxa yezono zami)
Mthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Noma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa yokona (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

(Holo ma) ayaphela amathemba wami
Since impala isikhathi asichithe nami
Nkosi yami yamukela umoya wae baba aphumule
Mphefumlo wakhe baba uphephe kuwe

Uma kungenxa baba (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa yezono (Noma kungenxa yezono zami)
Uma kunge nxa yenkohlakalo (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Noma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa yezono (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mkhulule Somandla (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Nangu uJesu wami
Amafianiso emnqamulezweni
Eyofel' izono zethu
Ukuze zihlanjululwe
Nangu uJesu mntaka baba
Inkosi yamakhosi
Bekiso emnqamulezweni
Iyofel' izono zethu

Uma kungenxa yobubiami (Uma kungenxa yobubi bam)
Noma kungenxa (Noma kungenxa yezono zami)
Mthethelele (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Awu ngiyaqalaza kuwe baba (Uma kungenxa yokona kwam)
Thethelele izono (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)


Awubheke bayamthuka bayamshaya
Bambiza ngezinhlamba zonke
Buka amanxeba agcwele umzimba wonke
Kube nganxayawo mina
Nanguya sebemkhafele ekufeni
Bamkwefela langamathe
Nanguya Eloi eloi Nkosi elamasabatha

Uma kungenxa yobubi bam (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa yezono (Noma kungenxa yezono zami)
Mthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Noma kungenxa kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Yebo baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

WRITERS

DEBORAH FRASER, SIPHO MBELE

PUBLISHERS

Lyrics © Universal Music Publishing Group

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other