Is it love that makes me want you eternally
Is it love that makes me want you eternally
Each time I look I think I see
I found that I fall in love let me say
I am counting all my blessings
As I see your heart for sure, oh whoa
Next to my heart and soul
Something whispers on my mind
Is it love that makes me want you eternally
Is it love that makes me want you eternally
Yiloluthand' olujulile loluthand' olunentokozo
Yindaba lihlala libhekile inhliziyo ishaya mawala
Uthando lwethu lubanzi luthandwa ngish' abaphansi
Asithandaneli esikufumbethe sithandanela esiyiko
Yimin' uwena siyaphambili siyacathuza asijahile
Nginokucabanga sesigugile isizukulwane sesikhulile
Mina nawe sibafundise ukuthi bayiphile njani impilo
Nginokucabanga sesigugile isizukulwane sesikhulile
Mina nawe sibafundise ukuthi bayiphile njani impilo
Mntanomuntu ngiyakuthanda lento umdali wayidala
Mina nawe sibusisiwe ekhay' elikhulu emazulwini
Lokho akekho ozokuphikisa noma beza nemithi
Uthando lwethu lubanzi uthando lwethu luzobamisa
Angithi lusuka phakathi phela lento iyisibusiso
Esivela ekhaya emazulwini ngiyathemba uzoba
Umama oqotho izingane zethu asoze ziphoxe
Omakhelwane bazoncoma bancome yon' imfundiso
Mina ngawe ngiyaziqhenya mina ngawe sengiqedile
Angifunemuntu owesithathu ozongena ngaphakathi
Enze amakhanda aphithane, kusukelakudala othisha
Ngisho bengibuza ngizoba yini mangikhula angikaze
Ngabaphendula babezothi ngiyagula namanje ngawe
Ngiyagula, namanje ngawe ngiyagula
Is it love that makes me want you eternally
Is it love that makes me want you eternally
Is it love that makes me want you eternally
Is it love that makes me want you eternally
Uthando lwami uthando lwami, uthando