Ukhalelani, ukhala ngani?
Ukhalelani? (Ishu asambe ishu)
Kubhlungu nenhliziyo kaykwaz ukhushukhushu
Zama yonke im'zamo sebethi ngis' phukuphuku
Banyabaza amandla ami ngoba ngithanda wonke umuntu
Kudala nabangan abangigibel'ekhanda
Shiye ikhaya lami ngoba ngiphilel' ukphanda
Phume noTimon bathi hakuna Matata"
Sula zonyembezi wazi uJesu uyak'thanda
Lapha nomama uyangbuza, ukhalelani?
Baleka nendlela wemakhosi ngiyavuma
Kube kuya ngami ngabe intwana iyaduma
Kube kuya ngami ngabe intwana iyaduma
Kube kuya ngami ngabe intwana iyaduma
Ay, yavele yaduma, ntwana yaduma
Anizwa angiyphinde okagogo lomfana
Ukhalelani, ukhala ngani?