Shisa impepho kushunqe, Svula amasango
Oh!My God sgqashula namaketango
Shisa impepho kushunqe, Svula amasango
Oh!My God sgqashula namaketango
Faka ibhuzu siyanyathela, siyakhaba ngempela
Ngishisa impepho, ngikhuluma nengelosi zami
Indlela zami zibemhlophe, ngiqoqa iy'ntozami
Ngiqoqa konke ngilayisha kumgodlagodla
If kuHeave kakhulu woz'thwala skhondlakhondla
Ungqumbela mina ngiycocacola bhodla
Ngathi iblessa lizopha thatha ispoon uzodla
Angithole i-update, kwiPhone ring ring
Kwi account Yami ichankura lingene ching ching
Bening'bukela phansi ningishiya okwamafinyila
Manje kukhala esami isicathulo ngixova ngiyaninyathela
Shisa impepho kushunqe, Svula amasango
Oh!My God sgqashula namaketango
Shisa impepho kushunqe, Svula amasango
Oh!My God sgqashula namaketango
Faka ibhuzu siyanyathela, siyakhaba ngempela
Yayazi Earthquake ngibanyathela ngonyawo leGiant
ICD ikwiplastiki, nengenabhaskidi yangena emakethe
Ngiciba izandla zenu ngifuna nibone ngisaphe
Haters ngisusa isphepho, ngishisa impepho, ngiyan'phephula
Nidlalela liphi qembu enkundleni yami ngiyani kuqula
If nijika turn around, ngiyaniguqula
Ngivivinya umbhobho ukhale cry, ngiyabubula
Nifuna imbhobho embili isbhamu sami ngiyan'dubula
Samba namaphoyisa ugogo usak'funa weNokthula
Like a Brest I left ibele sele
Bening'bukela phansi ningishiya okwamafinyila
Manje kukhala esami isicathulo ngixova ngiyaninyathela
Shisa impepho kushunqe, Svula amasango
Oh!My God sgqashula namaketango
Shisa impepho kushunqe, Svula amasango
Oh!My God sgqashula namaketango
Faka ibhuzu siyanyathela, siyakhaba ngempela