If ubaba eshaya umama ekhaya
If ubaba enukubeza ingane encane
If umalume ehlukumeza ingane encane
Usujwayela ukuzwa umakhelwane ekhala escreema
This rape thing and abuse is too wide
I feel like I'm a disgrace in a man kind
Ufinqa iqupha ushaya umama ubulala ithemba lakho
Kukhona ingane emvakwakho
Umalume ocasha ngaye uzokulala ngomnyama
Sungaze ubhongele enganeni udoti uzenza ingonyama
Ezinye ingane may'khuluma zithi ubaba uyiqhawe
Wena eyakho iyakusaba uyibulala ngenqawe
Lesisthombe samadoda ekhanda siyamkhinyabeza
Onke amadoda awasuthi ngezansi ayamjeqeza
Wacrusher ilove life yakhe wamnukubeza
Wakwenza waphindelela wabhudubeza
Namhlanje ubona umuntu weslisa uvele avule imlenze
Noma unganakile uvele akubize athi menze
Mawuvule amapage, maw'khuluma kuyi exercise
If ubaba eshaya umama ekhaya
If ubaba enukubeza ingane encane
If umalume ehlukumeza ingane encane
Usujwayela ukuzwa umakhelwane ekhala escreema