LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Ibheji

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Oh nginebheji, nginebheji
Oh nginebheji nginensizwa zakithi mina
Oh nginebheji nginensizwa zakithi mina
Oh nginebheji, nginebheji

Oh ngibhejile nginensizwa zakithi mina (Nginebheji)
Ngish'eSoweto (Nginensizwa zakithi)
Ngish'eTembisa (Nginebheji)
Ngish'eTonishini (Nginensizwa zakithi)

Ngish'eDuduza (Nginebheji)
Ngish'eThokosa (Nginensizwa zakithi)
Ngish'eSpruit (Nginebheji)
Ngibhejile nginensizwa zakithi mina (Nginensizwa zakithi)

(Nginebheji)
Ngish'eMlazi (Nginensizwa zakithi)
Ngisho kwaMashu (Nginebheji)
Ngish'eNkandla (Nginensizwa zakithi)

Ngish'eMahlabathini (Nginebheji)
Ngish'eMsinga (Nginensizwa zakithi)
Ngish'eNquthu (Nginebheji)
Ngish'eMpangeni (Nginensizwa zakithi)

Ngish'eThekwini (Nginebheji)
Aw eMaritsburg (Nginensizwa zakithi)
E-Cape Town (Nginebheji)
Kulo lonke nginensizwa zakithi mina (Nginensizwa zakithi)

(Nginebheji)
Oh ngibhejile nginensizwa zakithi mina (Nginensizwa zakithi)
(Nginebheji)
Aw kwaNongoma (Nginensizwa zakithi)

Ngish'eMtuba (Nginebheji)
Ngish'eHluhluwe (Nginensizwa zakithi)

Oh nginebheji, nginebheji
Oh nginebheji, nginebheji
Oh ngibhejile nginensizwa zakithi mina
Hawu ngiqhosha ngife ngaleSouth Africa
Hawu ngiqhosha ngife ngalelizwe lakithi mina
Oh ngibhejile

Banamanga
Kwezemidlalo (Abayothinta thina)
Ikhon'iBafana-Bafana (Banamanga)
Kwezemidlalo (Abayothinta thina)

Akhon'amaBoko-Boko (Banamanga)
Kwezemidlalo (Abayothinta thina)
Akhon'amaGlug-Glug (Banamanga)
Kwezemidlalo (Abayothinta thina)

Bakhon'abashayi besibhakela (Banamanga)
Banamanga (Abayothinta thina)
Aw banamanga (Banamanga)
Banamanga (Abayothinta thina)

Aw banamanga (Banamanga)
E-Transkei (Abayothinta thina)
E-PE (Banamanga)
East London (Abayothinta thina)

Woh kulo lonke (Banamanga)
Hawu kulo lonke

Nginensizwa zakithi mina (Abayothinta thina)
Oh ngibhejile (Banamanga)
Nginensizwa zakithi mina (Abayothinta thina)
(Banamanga)

Oh nginebheji, nginebheji
Oh nginebheji nginensizwa zakithi mina
Oh ngibhejile nginensizwa zakithi mina
Hawu ngiyayiqhosha mina ngalelizwe lakithi baba

Jem hmm hmm
Empumalanga (Jem, jem, jem, hm)
Ngish'eVhenda (Jem hmm hmm)
Ngish'eGiyani (Jem, jem, jem, hm)

Ngish'eLivhuwa (Jem hmm hmm)
Ngish'emTshezi (Jem, jem, jem, hm)

Ngish'eNew Castle (Nginebheji)
Nginebheji nginensizwa zakithi mina (Nginensizwa zakithi)

(Nginebheji)
Sish'eMabatho (Nginensizwa zakithi)
Ngish'eSun City (Nginebheji)
Ngish'eVereeniging (Nginensizwa zakithi)

Nginensizwa zakithi mina (Nginebheji)
Awu ngish'eOrange Farm
Kunensizwa zakithi lapho (Nginensizwa zakithi)
(Nginebheji)

Oh ngibhejile (Nginensizwa zakithi)
Oh ngibhejile (Nginebheji)
Oh ngibhejile (Nginensizwa zakithi)

WRITERS

NGCOBO BHEKISISA, SITHOLE KENNETH

PUBLISHERS

Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

From This Artist