Hawu nans'imihlola ingehlela
Nangu umuntu engitshintshela ngihleli naye
Hawu nans'imihlola ingehlela
Nangu umuntu engitshintshela ngihleli nay'endlini
Mina ngamgana engalal'ama-out
Kant'awujolanga usemncane
Kant'awujolanga usemncane
Sebemzwisile (Kant'awujolanga usakhula)
Akasabuy'ekhaya (Kant'awujolanga usemncane)
Awu kuyahlupha ukwaz'izinto usumdala
Hawu nans'imihlola ingehlela
Nangu umuntu engitshintshela ngihleli naye
Hawu nans'imihlola ingehlela
Nangu umuntu engitshintshela ngihleli nay'endlini
Kant'awujolanga usemncane
Kant'awujolanga usemncane
Akasabuy'ekhaya (Kant'awujolanga usakhula)
Awu kuyahlupha ukwaz'izinto usumdala
Hawu nans'imihlola ingehlela
Nangu umuntu engishintshela ngihleli naye
Hawu nans'imihlola ingehlela
Nangu umuntu engishintshela ngihleli nay'endlini