LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Induna

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Awu yeyeni bo
Awu sidlal’abanye abantu
Awu yeyeni, uyeyeni bo
Awu sidlal’amanye amadoda

Awu madoda aseyikhundleni
Musan’ukuhlukumez’abantu
Uyinduna nje
Usehlukumez’abantu

(Useyinduna)
(Usexoshis’abantu)
Awu madoda aseyikhundleni (Useyinduna)
(Usexoshis’abantu)

Musan’ukuhlukumez’umphakathi (Useyinduna)
(Usexoshis’abantu)
Awu uxoshis'abantu (Useyinduna)
Uyinduna nje (Usexoshis’abantu)

Awu uhlukumez'abantu lona (Useyinduna)
(Usehlukumez'abantu)
Awu nithol'iyikhundla (Useyinduna)
Bese nihlukumez'abantu (Usehlukumez'abantu)
Awu nithol'iyikhundla (Useyinduna)
Bese nihlukumez'abantu (Usexoshis’abantu)

Awu madoda aseyikhundleni
Awu yeyeni, uyeyeni bo
Awu sidlal’izinduna

Awu madoda aseyikhundleni
Musan’ukuhlukumez’umphakathi
Awubheke nje lendoda
Isiyinduna
Isihlukumez'abantu

(Useyinduna)
Uyinduna nje (Usexoshis’abantu)

Awu uxoshis'abantu (Useyinduna)
Uyinduna (Usexoshis’abantu)
Awu uxoshis'abantu (Useyinduna)
Uyinduna (Usehlukumez'abantu)

Wen'uhlukumez'abantu (Useyinduna)
Awu madoda aseyikhundleni (Usehlukumez'abantu)
Musan’ukuhlukumez’umphakathi (Useyinduna)
Uyinduna (Usexoshis’abantu)

Awu uyeyeni bo
Awu sidlal’amanye amadoda
Awu yeyeni, uyeyeni bo
Awu sidlal’izinduna

Awubheke nje lendoda
Isibekw'induna
Isihlukumez'umphakathi

Awu uhlukumez'abantu lona (Useyinduna)
(Usexoshis’abantu)
Awu uhlukumez'abantu lona (Useyinduna)
Uyinduna nje (Usexoshis’abantu)

Awu uxoshis'abantu (Useyinduna)
Uyinduna (Usehlukumez'abantu)
Awu uhlukumez'abantu lona (Useyinduna)
Uyinduna (Usehlukumez'abantu)

Awu uhlukumez'abantu lona (Useyinduna)
Awu madoda aseyikhundleni (Usexoshis’abantu)
Musan’ukuhlukumez’abantu (Useyinduna)
Awu madoda aseyikhundleni (Usexoshis’abantu)

Musan’ukuhlukumez’abantu (Useyinduna)
Uyinduna (Usehlukumez'abantu)

Awu uhlukumez'abantu lona (Useyinduna)
Uyinduna nje (Usehlukumez'abantu)
Awu uhlukumez'abantu lona (Useyinduna)
(Usehlukumez'abantu)

WRITERS

NGCOBO BHEKISISA

PUBLISHERS

Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

From This Artist