LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Uthando Lunjani?

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Yonakel'inhliziyo yami
Uphendukile umoya
Yonakel'inhliziyo yami
Uphendukile umoya

Lomuntu ebengisebenzela yena
Ngithi ngizomlobola usengalile
Ngithe ngetha nje ngiy'ekhaya
Ngathol'ukuthi usengalile

Usengishiyile
Usengalile
Yonakel'inhliziyo yami
Uphendukile umoya

Uthando lunjani
Awu kanti uthando lunjani

Uthando alunamahloni
Uthando lunjani (Luphela noma kanjani)
Awu luphela noma kanjani (Uthando alunamahloni)
Seluphelile kuye (Luphela noma kanjani)

Awu kimi lusekhona (Uthando alunamahloni)
Uthando kanti lunjani (Luphela noma kanjani)
Seliphelile kuye (Luphela komunye, komunye lusekhona)
(Luphela komunye, komunye lusekhona)

(Hawu uthando alunamahloni)
Uthando kanti lunjani (Luphela noma kanjani)
Seliphelile kuye (Uthando alunamahloni)

Yonakel'inhliziyo yami
Uphendukile umoya
Yonakel'inhliziyo yami
Uphendukile umoya

Lomuntu ebengisebenzela yena
Ngithi ngizomlobola
Ngithe ngehla nje ngiy'ekhaya
Ngathol'ukuthi usengalile

Usengishiyile
Usengalile
Uthando kanti lunjani

(Luphela komunye, komunye lusekhona)
(Luphela komunye, komunye lusekhona)

(Hawu uthando alunamahloni)
Uthando kanti lunjani (Luphela noma kanjani)

Uthando kanti lunjani (Uthando alunamahloni)
Kuye seliphelile (Luphela noma kanjani)
Kimi lusekhona (Uthando alunamahloni)
(Luphela noma kanjani)

Yonakel'inhliziyo yami
Uphendukile umoya
Yonakel'inhliziyo yami
Uphendukile umoya

Lomuntu ebengisebenzela yena
Ngithi ngizomlobola
Ngithe ngehla nje ngiy'ekhaya
Ngathol'ukuthi usengalile

Usengishiyile
Usengalile
Usengishiyile
Kanti uthando lunjani

(Uthando alunamahloni)
(Luphela noma kanjani)

Kant'uthando kanti lunjani (Uthando alunamahloni)
Kuye seliphelile (Luphela noma kanjani)
Kant'uthando kanti lunjani (Uthando alunamahloni)
Hawu kimi lusekhona (Luphela noma kanjani)

Hawu kuye seliphelile

WRITERS

NGCOBO BHEKISISA, NGCOBO MBUYISENI

PUBLISHERS

Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

From This Artist