LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Khula Mfana

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Ukuba bengazi ukuvusa umuntu osewadlula emhlabeni.
Ubaba mina bengiyomvusa, la elele khona.

Ukuba bengazi uku'bhala incwadi ngibhalele abalele.
Imibuzo yami ayinampendulo.
We baba ngicel' ungilekele.

Sengiyindoda
Senginazo iy'ngane
Seng'fun' uk'yothatha
Ngikhulise umuzi
Kodwa mina ngiyahluleka, Ngiyehluleka

Sengiyindoda
Senginazo iy'ngane
Seng'fun' uk'yothatha
Ngikhulise umuzi
Kodwa mina ngiyahluleka, cu Ngiyehluleka

cbadala bathi khula mfana
Khul' ubeyindoda
Qina mfana
Impilo lena ifun' ubokhuleka
bathi ifun'ubokhuleka

cbadala bathi khula mfana
Khul' ubeyindoda
Qina mfana
Impilo lena ifun' ubokhuleka, ifun' ubokhuleka,
ifun' ubokhuleka, ifun' ubokhuleka,

khula mfana, Khul' ubeyindoda
Qina mfana. Impilo lena ifun' ubokhuleka
ifun' ubokhuleka wemadoda

ifun' ubokhuleka, ifun' ubokhuleka

PUBLISHERS

Lyrics © Sentric Music

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

From This Artist