Aw' kuhle kwewisa, wemfana suk' eduze kwami
Ngiy'ngozi, never take a chance
Ngiy'mbongi, listen to my sound
Njalo masivela onana bonke bayaziletha
They shook njalo masisondela
Masidlula thina sishiyindlela
I made a promise to myself
MfokaZinja Zimphind' Enxebeni
Isqintsi engis'dedela kulamanga
Uyakhala umfokaMthethwa uthi ngiphinde mfana
Ungambona ezibhekele phansi
Izinto akazenza ngomlomo, awazi
Yazi uma uthi woza Jesu omncane ubiza mina uqobo
I-Grammy mangingayilandanga kobe iqiniso alikho emhlabeni