LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Missed Calls

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
‎Libuyisele!
‎Libuyisele! Le!
‎Libuyisele!
‎Libuyisele! Le!
‎
‎Missed calls, bamb' ucingo been calling
‎Been gone,kazi unoban kuphi khona
‎Bes' uthi I'm insecure mang'sola
‎Ghost me the whole day kodwa ungang'sola
‎Maw' nabangani bakho wena uyang'khohlwa
‎Maw' nabangani bakho wena uth' awjoli
‎Everything that you putting me through iying'costa
‎Ngibuyisel' inhliziyo yam coz I can't afford it

‎Won't lie ang'sakhoni
‎Wenza engathi awuboni
‎Kunini uthi sorry
‎S'ngaxabene ilanga alishoni
‎Ng'yafona uzib' Phone
‎Mawung'bona ujik'ikhona
‎Ung'thanda makuyiwa eMall
‎Ung'thanda manginemali
‎Nginokuy'buza ubuzong'thanda ukube bengana lutho
‎Nginokuy'buza ubuzong'thanda ukube bengana Dumo
‎Mazing'netha ubuzohlala kuze k'dlule imvula
‎Zing'khalela ezam inyembezi ubuzoy'sula
‎Won't lie ang'sakhoni
‎Ukuthula ang'sak'tholi
‎Awunendaba awuyisoli
‎Usuphenduk' ixoki
‎Bathi uthando aluboni
‎Impumputhe al'boni
‎Bathi icala aliboni
‎Ngizamile kodwa angixoli
‎Crazy how you gon listen to anyone but me
‎Ngikhala ang'qedi but you comfort anyone but me
‎Bathi uthando linesneke NAMI ngizamile
‎Was hoping to settle with you namanje ngisamile
‎
‎Missed calls, bamb' ucingo been calling
‎Been gone,kazi unoban kuphi khona
‎Bes' uthi I'm insecure mang'sola
‎Ghost me the whole day kodwa ungang'sola
‎Maw' nabangani bakho wena uyang'khohlwa
‎Maw' nabangani bakho wena uth' awjoli
‎Everything that you putting me through iying'costa
‎Ngibuyisel' inhliziyo yam coz I can't afford it
‎Missed calls, bamb' ucingo been calling
‎Been gone,kazi unoban kuphi khona
‎Bes' uthi I'm insecure mang'sola
‎Ghost me the whole day kodwa ungang'sola
‎Maw' nabangani bakho wena uyang'khohlwa
‎Maw' nabangani bakho wena uth' awjoli
‎Everything that you putting me through iying'costa
‎Ngibuyisel' inhliziyo yam coz I can't afford it
‎
‎Libuyisele!
‎Libuyisele! Le!
‎Libuyisele!
‎Libuyisele! Le!
‎

WRITERS

Sinakhokonke Awanda Sibisi, Phethani Sebola, Sibusiso Blessing Sibisi

PUBLISHERS

Lyrics © Universal Music Publishing Group, Sony/ATV Music Publishing LLC

Share icon and text

Share

See A Problem With Something?

Lyrics

Other