Yabona lomswenko mshanami
Ngigqoke I looking mshanami
Masfika kyosala bafelo kazi
Mina ngimix ka Brenda fasi
NoRobi Malinga hlala phansi
Wawu kuphi silala phandle
Or maybe Jamaica whata gwan
Ulbambe lingashoni mshanami
Ngihamba nedlozi mshanami
Bangibiza umalume mshanam
Ngzokwenza ingane yam mshanami
Yabona lomswenko mshanami
Ngigqoke I looking mshanami
Idrip yam iconsa ngathi eish eish
Idrip yam iconsa ngathi eish eish
Idrip yam iconsa ngathi eish eish
Idrip yam iconsa ngathi ngilala esbhedlela
Mina nolova sihlezi sigqoke ilooking manje basbiza ngofeleba
Mfanakithi ngithi Mina relax themba usomandla, uzokubhekala
Ngakhula ngifundiswa inhlonipho manje istayela Sam siyadelela
Intombi yakho ingphuza njengejusi yempentshisi
AmaBars avutha njengo pharafini awakho aphela kumentishisi
Uzolahlekelwa yiyo yonkinto mawuzama ukpleaser mahunnies
I don’t need no fake friends please angifuni amabuddies