Sizihlalele nabafana bami silalele umculo omnandi
Asinay' inkinga thina sijabule
Siyadansa onenkinga ulele
Ngoba angikhathali mina ukujabula
Nabazali bami bona bayazi
Inkinga zami ngzozibona kusasa
Ngcela sidanse thina sijabule
Uma ungisusa ebumnandini yini ngawe
Ngoba uyazibonela mina ngiya enjoy
Hayiibo hayiibo lana kumnandi
Hayiibo hayiibo ngaze ngajabula