Ntwana yami ziyakhipha la ng'khona
Ninganqeni ukung'biza maning'bona
Mabeng'bona bafun' uk'cobhoza
Eh ngithi international pantsula
Istayela bazama ukusi bhathula
Kodwa ngeke balunge siyabahlula
Keep my peace like a Buddah
Dala lana bezama ukusivimbela
And futhi lento ilula kuya zenzekela
Fresh ndozlin sgelekeqe sifocus
Slide on the beat buka ngishibilika
I got the track on repeat for the hell of it
Awu ngoba ziyakhipha la ng'khona
Ntwana yami ziyakhipha la ng'khona
Ninganqeni ukung'biza maning'bona
Mabeng'bona bafun' uk'cobhoza
Hamba engathi ngiya cothoza
Shutha nami bese uyang'posta
Flawless fihla njenge filter
Kodwa amabala ami ngeke ngawa shintsha
Sengisho uku baluleka uhlezi uzi thanda
I put myself first ngoba ngiyi winner
They can't even lemme alone aaye
Aayi nakhu sekuqala inkinga
Iskhathi manje sithi akube imina okhuphukayo anyukele phezulu
I always say the sky is not the limit
It's up to you on what you do
Impilo iyodwa ungayimoshi my bruh
Ntwana yami ziyakhipha la ng'khona
Ninganqeni ukung'biza maning'bona
Mabeng'bona bafun' uk'cobhoza