Musa ukungishiya themba lami ma
Musa ukungishiya themba lami ma
Hamba nami themba lami we ma
(Hamba nami themba lami) Aw we themba lami
(Hamba nami) Aw we themba lami we
(Hamba nami themba lami) Ayi we mtanomuntu
(Musa ukungishiya themba lami ma) Ayi we mtanomuntu we
(Mina ngiyosala nobani) Awu we ngane yabantu
(Musa ukungishiya themba lami ma) Awu wengane yabantu we
(Hamba nami themba lami) Mina ngilamadladlangama wemama
Musa ukungishiya themba lami ma
Musa ukungishiya themba lami ma
Hamba nami themba lami weh ma
Futhi kunesithunzi kulelihlathi
Futhi kunesithunzi kulelihlathi
(Futhi kunesithunzi kulelihlathi) Hamba nami hawu
(Mina uzongishiya nobani) Hamba nami we themba lami we mama
Hamba nami themba lami we mama
Zasha umlobozi zotokoloshi elithile ngalala ngibheke phezulu
Usiginqane esebhudula okwanogwaja eshaya igunda
Ebheke phakathi emonele emgodlini
Ngisho kuwe mfana kamama Mgadi enhle
Ehlala ezibona ngoba ngingazalwa uyena
Ubaba ongizalayo uzalwa umajomba
Sengaze abambe umuntu ozamayo
Phansi kwesika Mjijimbe ongaxaki abakhona
Mina yinduna yami mhlazana yanginika umzuzu hawu
Hamba nami themba lami we ma
(Hamba nami themba lami) We themba lami