Sohamba (Phela wena wedwa dali ubambo lwami)
Sohamba (Bathakathi boskhomba le moyeni)
Sohamba (Nguwe wedwa dali ubambo lwami)

Yaphel'iminyaka inhliziyo yami ihlal'icinga icinga ngawe
Phela wena dali ubambo lwmai
Zizwe zonke ngihambile ngibona wena
Ngihlala nawe dali kophel'iminyaka
Bokhulum'onondaba sobayeka
Ngob'inhliziyo yami dali ikhetha wena
Sohamba (Phela wena wedwa dali ubambo lwami)
Sohamba (Bathakathi boskhomba le moyeni)
Sohamba (Nguwe wedwa dali ubambo lwami)
Sohamba (Bathakathi boskhomba le moyeni)
Sowashaya lamavosho soze sfike
Baby don't you cry my love don't you worry my love
Everything is gonna be alright
Batshele bonke uwena uthando lwami, shlale sijabule wena themba mina