LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Umntwana

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Sengigudl iyntaba
Ngawel imifula
Nganqamul amazwe ngifun umntwan obaba njenge peri peri
Sengigudl iyntaba
Ngawel imifula
Nganqamul amazwe ngifun umntwan obaba njenge peri peri
Ngfun umntwan oythobile
Ngfun umntwan ozothile
Indon yamanz enobuhl obpholile
S'bambane ngocikcan eMallin
Usuka sambe wentokazi
Intombi zphelele ehlome nangolwazi
Umntwan ohlek elam ihlaya
Umntwan okwaz ukbamb ikhaya
Umntwan opheth egcwele ngam
Othand esam istyla
Ngfun umntwan ogoqile
Correction sikisi uqueen owuqondile
Umntwan omasha nehumusha lihuzuka noma lipopile
Manginay uhlez egonile
Sengigudl iyntaba
Ngawel imifula
Nganqamul amazwe ngifun umntwan obaba njenge peri peri
Sengigudl iyntaba
Ngawel imifula
Nganqamul amazwe ngifun umntwan obaba njenge peri peri
Kodwa khona lesbabul engisbonile
Ismomondiya sentokaz ngath idloz selvumile
Uthando unalo
Impatho unayo
Ismilo unaso
Ubuhle bakhe sekwi bonus
Sondela sthandwasam sithi pholas
Syogibel imkhumbi njengo Jonas
Sgcwalisele monase
Ngzokphathis okweqanda
Ngik fudumeze makbanda
Ngikfukamele
Ngikthintathinte
Ngikbambabambe
Ngiku yey yey yeey
Ngikvula vale njenge laptop
Yonkint engiyfunayo unayo
Sengigudl iyntaba
Ngawel imifula
Nganqamul amazwe ngifun umntwan obaba njenge peri peri
Sengigudl iyntaba
Ngawel imifula
Nganqamul amazwe ngifun umntwan obaba njenge peri peri

WRITERS

Brian Maphumulo

PUBLISHERS

Lyrics © O/B/O DistroKid

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

LyricIQ Analysis

Top Emotion

Enjoyment

Sentiment
Thumbsup IconThumbsup Icon
Theme

None

From This Artist