Ndivuyile mchana iweekend
Ndisayohlamba nditye ndinxibe
Ndizodansa nditchaye ndinxile
Kodwa ndizawbe ndimhle I hope nizwile
Ndingena ngestep ebumnandini
Masengidansa ngicela ungikhuze
Ngoba ngibhenga kuze kuse
Mangilala uphinde ungivuse
Ngithi udlala kamnandi weDJ
Lengoma mayiphela uyphinde
Ngepensela ngibhala kphela
Mr Dee ngihamba phezu kwe beat ay suka man ngyayinyathela
Wacko Jacko ngisemkhathini ngyashelela
Ngifike ngonyawo ngathi fusek
Bathi il'hlaza lentwana man aykhuzeki
Lapho ngidla iGin neTonic kuze kuse
Ifunk ibuzwa kimi see I got the withness
Ilambalidlile elphethe isinqe is my weakness
Ngidwadla i2k ngilbulale ngeshizolo
Ipunch yami ishay unsangwini aval ijondi kusho izol
Ungangitsheli ngetrap ngiphethe unoxhaka ngzowabamba lamagundane
Bazothi screee bahlehle labo nkunzana
Baswel umgod wokcasha njenge sambane
Ain't no sense labobhokoloshe baydlela amazambane