Oh ngaze ngaythol' inkinga
Udali u act(is') okomuntu oyedwa ongaqomile
Akang'hloniph' ung'phendul' isthombe
Useng'phendul' isthombe uLove
Nale phone yakhe eGcwele ama number abafan' eng'bazi
Uthi ng'neskhwele ng'thanda nokulwa
Uthi ngimyeke mangabe ng'buza
K'sukela nini umuphendul' ucingo usuyaphuma
Uth oChom' bakhe ang'yekele uk'saba
Ngaba igwala lomfana ngim'ngaka
Abafana abakhethi uMngan abamenzi
Inhlonipho isifika ngok'koba lay'khaya
K'mele ng'hlezi ng'khonkotha lay'khaya
Ungaboni ng'thule nje ng'ngakhali
Ng'hlezi ng'cabanga ukuthi Ngayithola inkinga
Oh ngaze ngaythol' inkinga
Udali u act(is') okomuntu oyedwa ongaqomile
Akang'hloniph' ung'phendul' isthombe
Useng'phendul' Sthombe uLove
Nale phone yakhe eGcwele ama number abafan' eng'bazi
We Dali ng'yabuza ngabe kwenzenjani?
Ngitshele ukuthi k'mele mangenze njan?
Ngoba angeke ngishiye k'ma peketwane
Wena uhamb' utshela abantu ukuth yim' okenqezayo
Ngithi ng'yathetha lay'khaya yim' ohlukumezayo
Ngith ngival'umlomo wam manje
Mpela ng'zohlanya nge nhloko
Wena ung'phathisa ngekhand' ekseni dali
Ey ongaze ngaythol'inkinga yomuntu
Oh ngaze ngaythol' inkinga
Udali u act(is') okomuntu oyedwa ongaqomile
Akang'hloniph' ung'phendul' isthombe
Useng'phendul' isthombe uLove
Nale phone yakhe eGcwele ama number abafan' eng'bazi
Mina ng'didwa ukuth s'hlangana wath' akak'funi ok'serious
Ohambisana neSphiwo sakhe (yazi imhlola le)
Inking' ukuthi uyang'confuser
Wath' ang'pull out akayding' ingane
Seng'yaxakeka mawufik' ekhaya (yazi imhlola le)
Ngiku khumbuz' ukuthi sas'ngajoli
Sasenzela uk'khulis' ingane sonke
Wath' uzongthanda angeke ngiz'sole
Ngifisa n'zizwe lez'nhlamb' ubaby anokung'biza ngazo
Ung'gubhel' igodi ngiphila mna
Nhliziyo yam' uyayilimaza (yazi imhlola le)
Yin' ekwenz' ushintsh' i-password ye phone?
Mawukhuluma nam' awusayibhek' i-Tone
Uthando esinalo olwami alone ng'shawa amahloni
Oh ngaze ngaythol' inkinga
Udali u act(is') okomuntu oyedwa ongaqomile
Akang'hloniphi ngaze ngaythol' inkinga
Oh ngaze ngaythol' inkinga
Udali u act(is') okomuntu oyedwa ongaqomile
Akang'hloniph' ung'phendul' isthombe
Useng'phendul' isthombe uLove
Nale phone yakhe eGcwele ama number abafan' eng'bazi