LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Impilo

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Impilo
Impilo impilo impilo

Noma kubuhlungu
Ukhala iminjunju
Vuka phansi uyichoshe
Ushone phambili

Noma kuyenyukela
Noma kuyesinda
Vuka phansi uyicoshe
Ushone phambili

Noma kubuhlungu
Ukhala iminjunju
Vuka phansi uyichoshe
Ushone phambili

Noma kuyenyukela
Noma kuyesinda
Vuka phansi uyicoshe
Ushone phambili

Impilo iyaqhubeka
Impilo iyaqhubeka
Noma kubuhlungu
Impilo iyaqhubeka

Impilo iyaqhubeka
Impilo iyaqhubeka
Noma kubuhlungu
Impilo iyaqhubeka

Noma kunetha imvula
Noma kusha isqhoto
Noma kuneliqwha
Nezivunguvungu

Ngiti
Vuka phansi uzicoshe
Vuka phansi uzazi
Vuka phansi unqobe
Ushone phambili

Impilo iyaqhubeka
Impilo iyaqhubeka
Noma kubuhlungu
Impilo iyaqhubeka

Impilo iyaqhubeka
Impilo iyaqhubeka
Noma kubuhlungu
Heh mama weh
Impilo iyaqhubeka

Impilo iyaqhubeka
Impilo iyaqhubeka
Noma kubuhlungu
Oh noma kubuhlungu
Impilo iyaqhubeka
Oh noma kubuhlungu

Impilo iyaqhubeka
Impilo iyaqhubeka
Noma kubuhlungu
Impilo iyaqhubeka

Lizoshona ilanga
Kodwa liyaphuma
Liphuma Njalo
Ekuseni

Lizoshona ilanga
Kodwa liyaphuma
Liphuma Njalo
Ekuseni

Ngoba
Liyashona ilanga
Kodwa liyaphuma
Liphuma Njalo
Ekuseni

Liyaphuma liyaphuma
Liyaphuma liyaphuma
Oooh

Oh heeh

kuzolunga kuzolunga
kuzolunga kuzolunga
kuzolunga kuzolunga

kuzolunga kuzolunga
kuzolunga kuzolunga

Bambelela
Bambelala

WRITERS

Mpumelelo Malevu

PUBLISHERS

Lyrics © O/B/O DistroKid

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

LyricIQ Analysis

Top Emotion

Enjoyment

Sentiment
Thumbsup IconThumbsup Icon
Theme

Sexual