LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Babuleli Nja Yami

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Ngiboniseleni lomuntu obulal'inja yami weh ma
Ngiboniseleni lomuntu obulal'inja yami
Ngiboniseleni lomuntu obulal'inja yami

Inj'ikhala kabuhlungu entabeni
Kukhon'umuntu oshay'inja yami
Inj'ikhala kabuhlungu entabeni
Lo oshay'inja yami uqondeni

Ungezani lomuntu wakhithi
Ungezani lomunt'oshay'inja yami
Ungezani lomuntu wakhithi
Ngiboniseleni lento ebulal'inja yami (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)

Ungezani lomuntu wakhithi
Ngiboniseleni (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomuntu oshay'inja yami weh mama (Ungezani lomuntu wakhithi)

Inj'ikhala kabuhlungu entabeni
Kukhon'umuntu oshay'inja yami
Inj'ikhala kabuhlungu entabeni
Kukhon'umuntu oshay'inja yami

Banochuk'abantu
Kukhon'umuntu oshay'inja yami weh ma

Awu izolo lokhu
Bengifun'impesheni
Izolo lokhu
Bengiyicelel'impesheni
Bayibulel'inja yami
Bambulel'uDlayedwa

Ngiboniseleni lomuntu obulal'inja yami
Izolo lokhu
Bengikade ngicel'impesheni
Awu izolo lokhu
Bengikade ngiyicel'impesheni

Bayibulel'inja yami
Bambulel'uDlayedwa

Ungezani lomuntu wakhithi
Ungezani lomunt'oshay'inja yami
Ungezani lomuntu wakhithi
Ungezani lomunt'oshay'inja yami

Ungezani lomuntu wakhithi
Ngiboniseleni lo oshay'inja yami (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Ungezani lomuntu wakhithi
Ngiboniseleni (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomuntu oshay'inja yami weh mama (Ungezani lomuntu wakhithi)

Wayishay'inja yami (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Wayibulal'inja yami (Ungezani lomuntu wakhithi)
Banochuk'abantu (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomuntu oshay'inja yami weh mama (Ungezani lomuntu wakhithi)

Banochuk'abantu (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomuntu oshay'inja yami weh mama (Ungezani lomuntu wakhithi)
Banochuk'abantu (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Bayibulal'inja yami (Ungezani lomuntu wakithi)

Ungezani lomunt'oshay'inja yami
Ungezani lomuntu wakithi
Ngiboniseleni (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomuntu oshay'inja yami weh mama (Ungezani lomuntu wakhithi)

Ngiboniseleni (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lo oshay'inja yami (Ungezani lomuntu wakhithi)
Wayibulal'inja yami (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomunt'oshay'inja yami uqondeni (Ungezani lomuntu wakhithi)
Wayibulal'inja yami (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomunt'oshay'inja yami uqondeni (Ungezani lomuntu wakhithi)

Awu izolo lokhu
Bengikade ngicel'impesheni
Izolo lokhu
Bengikade ngiyicelel'impesheni

Banochuk'abantu (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomunt'oshay'inja yami (Ungezani lomuntu wakhithi)
Banochuk'abantu (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomunt'oshay'inja yami (Ungezani lomuntu wakhithi)

Ngiboniseleni (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomuntu oshay'inja yami weh mama (Ungezani lomuntu wakhithi)
(Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
(Ungezani lomuntu wakhithi)

Banochuk'abantu (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomunt'oshay'inja yami weh ma (Ungezani lomuntu wakhithi)
Banochuk'abantu (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Lomunt'oshay'inja yami uqondeni (Ungezani lomuntu wakhithi)

Wayibulal'inja yami (Ungezani lomunt'oshay'inja yami)
Wambulal'uDlayedwa (Ungezani lomuntu wakhithi)
Wayibulal'inja yami

WRITERS

MNYANDU JOHNSON

PUBLISHERS

Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Warner Chappell Music, Inc.

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

From This Artist