As'shaye lengoma s'gibel' imoto sigoduke

Sabase Mkhomazi ngalena kwentaba

Weh nsizwa wocabanga ucabange ma uqondene nathi

Weh nsizwa ucabange, ucabange ma uqondene nathi
Thina asiyona into yokudlala
Wocabanga ma uqondene nathi
Wocabanga ma uqondene nathi wocabanga
Weh nsizwa wocabanga (Wocabanga ma uqondene nathi wocabanga)

Weh nsizwa ucabange (O eyakithi lengoma eMkhomazi wocabanga)
Sayincela komama (O eyakithi lengoma eMkhomazi wocabanga)
Uwabal'amagam'akho (O eyakithi lengoma eMkhomazi wocabanga)