Bese ngithi ngiyayehla lenqola
Sengiqala nokholwa ukuthi uthando into engekho
Wafika wakushintsha lokho
Ungashintshi, khona ama-plans enginawo
Elakithi lingigidele, haa
Njalo, njalo, njalo manginawe ngishawa uvalo
Aibo, njalo, njalo manginawe ngishawa uvalo
Uthando lakho ilona lodwa olungenzayo
Ubambo lami ulona lodwa olushodayo
Imizwa yami engathi uwena oyenzayo
Thatha inhlala kahle uze ungashawa nawuvalo
I know where I went wrong
And that why I made this song