LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Hangover yase Lokshin

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Alright ndoda
Ngizodinga iqiniso neqiniso lodwa kuwena
Ngiyayiqopha lenkulumo so singenzani izilima siyezwana

Ubani iskhathi
Half past 3 sifuna inkwari
Kubomvu amehlo kubomvu ilambu
120 sibheke Emlazi

Icishe itransi
Asikafiki nase Mlazi
Sizumsindo siwulandele
Ngathi khona la zikhipha khona

Ithini ivibe khona i21st kwelinye idlala
Khona iyngane kuphila budlabha
Kune ntende el'mile emnyango

Kwaphuzwa hah hah hah
Mawuphosa bewuphosa la la la
Khona o Sne nabo Zama ma ma
Khona o Kathy nabo Lisa

Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho

Nibangaki vele
Me lmass xxl
Lmass yena usethole imem
No xxl uphethwe grand

Ngangi dakiwe
Ngihamba ngibhampa ngizenza iboss
Ngihamba ngibhampa ngizenza iboss
Till I saw omunye usis o hot

Ngazibika fast
Wathi I gotta prove myself
So she dared me to steal a car
Eyomunye bab' waka next door

Savuma islima
Kuthiwa ayikhiywa ne gathi futh
Lobaba kahle kahle akasabi lutho
Ngafika ngqo ngadonsa umshunu

Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho

Ngiyithole imoto
The deal was I had to race her ngayo
It was really fun coz bengimnyisa
Until leli tyma li jampa inkinga

Then he called the cops
Road blocks yonke indawo manje
Kwadamuka utshwala
Kwaphela uk'dakwa (kwaaphelu'kdakwa)
Lengane iyanghleka isiya wina (isiya win)

Ngazama ukubaleka ngazama uk'casha (ngazam'ukcasha)
Lapho inhliziyo isho ngamandla (isho ngamandla)
Kwajuluka ukum' kwanciza ih (kwanciza ih)
Ngakhumbula u ngazizwa ngi (ngazizwa ngi)
Ngaqala ngaz'sola ngaqala nga (ngaqala nga)
If only bengazi if only be (if only be)
But ingalo yomthetho yinde
That's why ngilana manje

Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho

Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho

Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithini iwashi (lithini iwashi)
Lithi bhek' iyndaba zakho

PUBLISHERS

Lyrics © Sentric Music

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other