Jehov'uyalungisa isimo sam
Yebo uyalungisa isimo sam
Jehov'uyalungisa isimo sam
uBaba uyalungisa isimo sam
Jehova ngibong'ukuvuka ngisaphila
Okungihlul'izolo ngiyaz'uzokulungisa
Ngibong'umusa wokung'vikela
Ngibong'umusa ukuthi ngisalala ngidlile nanamhlanje
Mangisaphila (Umangisaphila)
Ngeke ngililahl'ithemba (Akukapheli ngami)
Jehov'uyalungisa (Angeke ngililahl'ithemba)
Nqobo nje mangisaphila (Umangisaphila)
Wena uyalaz'udaba lwam (Uyalungisa isimo sam)
Uyawazi wonk'amaphupho am (Uyalungisa isimo sam)
Ngeke ngililahl'ithemba (Ngeke ngililahl'ithemba)
Min'mangisaphila (Umangisaphila)
Uyindawo yam yokucasha (Uyalungisa isimo sam)
Ng'khusela Kuwe (Uyalungisa isimo sam)
Mina ngeke ngiphel'amandla (Ngeke ngililahl'ithemba)
Umangisaphila (Umangisaphila)
Ngeke ngiphel'amandla (Angeke ngililahl'ithemba)
Ngik'thembile Wena Jehova (Umangisaphila)
Ngeke ngivume ukunyakaziswa okholwen'lwam (Angeke ngililahl'ithemba)