LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Sekuhamba Kahle

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Babeqinisile mabethi
Kubamba ezingelayo
Futhu babeqinisile mabethi

Ndlel'eyempumelelweni idlul'ebunzimeni
Lapho kumele sibekezele
Sibiz'ophezulu

Ngoba kubamnyama kakhulu mase (Kuzosa)
Kusuka sekuzosa (Kuzosa)
Konke (Konke)
Sekuhamba kahle (Sekuhamba kahle)

Konke sesinqobile (Konke)
Konke sesinqobile (Sesikunqobile)

Babeqinisile mabethi
Kubamnyama kakhulu
Suke sekuzosa (Kuzosa)
(Kuzosa)

Konke (Konke)
Sekuhamba kahle (Sekuhamba kahle)
Sekuyakhanya, sengiyabona phambili (Konke)
Sesinqobile (Sesikunqobile)

Babeqinisile ngempela mabethi
Kubamnyama kakhulu
Mase kuzosa (Kuzosa)
Ngoba kusuke sekuzolunga (Kuzosa)

Sekuyisikhathi
Sok'jabula sibong'ophezulu
Siphakamis'izandla zethu
Simbonge ngakho konk'asenzele kona

Sekuze kwalunga
Konke sek'hamba kahle
Sesiyay'ibona indlela
Sesiyay'ibona impumelelo
Siyabonga Simakade
Siyabonga Ngonyama

Ngthi konke (Konke)
Sekuhamba kahle (Sekuhamba kahle)
Simnqobile uSathane
Simnqobile namadimone (Konke)
Siyabonga Baba (Sesikunqobile)

Ngoba ngeziny'ikhathi kubanzima kakhulu
Kanti yilapho kusuka kufuneka sibekezele
Ngoba kusukese kuzosa (Kuzosa)
Suke sekuzolunga (Kuzosa)

Hey ngithi konke (Konke)
Sekuhamba kahle (Sekuhamba kahle)
Sesiyabona lasiya khona
Sesiyay'ibona indlela (Konke)
Hei (Sesikunqobile)

Wena Baba wasikhiph'engonyameni zifun'ukusidla
Ngoba ubuwazi ukuthi ngeliny'ilanga
Uyoze ukhanyise njengamanje (Kuzosa)
(Kuzosa)

PUBLISHERS

Lyrics © TuneCore Inc.

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other