Yebo we Jehova wang'phendula
Wang'vulel'iminyango evaliwe
Sewuvele wenzanjalo (Sewuvele wenzanjalo)
Aw we Jehova (We Jehova wang'phendula)
Wang'vulel'iminyango (Wang'vulel'iminyango evaliwe)
Ngabona sengingaphesheya (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Wang'vulel'iminyango (Wang'vulel'iminyango evaliwe)
Aw Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga)
Kube Wena ubungahambi nami
Wayiphendul'imithandazo yami
Wena wangibonis'ubukhulu bakho Baba
Wang'vulel'iminyango (Wang'vulel'iminyango evaliwe)
Bethi angeke ngingene (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Bengiyoba yini na (Wang'vulel'iminyango evaliwe)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga)
Mase ngithi sekuphelile ngami (Sewuvele wenzanjalo)
Wena wangenzel'isimanga (We Jehova wang'phendula)
Simakade bengithi kuyophel'endleleni (Sewuvele wenzanjalo)
Wena wangenzel'isimanga (We Jehova wang'phendula)
Wang'vulel'iminyango (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngokung'phendula Jehova (Ngiyabonga)
Wang'vulel'iminyango eyayivaliwe
Abantwana sebedlil'ekhaya (Wang'vulel'iminyango evaliwe)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga)
Sewuvele wenzanjalo (Ngiyabonga)
Wang'vulel'iminyango (Ngiyabonga)
Ah Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga Simakade (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Wangiphakamisa ngingelutho (Ngiyabonga)
Wayivul'indlela ogwadule (Ngiyabonga)
Wavul'imfula kwahlongasile (Ngiyabonga)
Benguwubani na ukuthi ungithande kangaka (Ngiyabonga)
Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)