Ma phela wena wangikhulisa
Mang'khala wenubungithulisa
Nabantwana abanye bengibulisha
Tshel'abantu ukuthi wena uzale I star
Mangikhula wena uzothuthuka
Mangikhula wena uzothuthuka
Angeke ngizizwe museduze kwami
Mama siyokhanyisa ikhandlela
Sambe siyocela enkosi ukuthi mangiphuma iziphume nami
Manje ngizokuweza kuleziya yintaba
Manje iyinkiza zakho ezami
Ngizolishintsha ikhaya nami ngibonga uthando lomzali