Bathi yiyo eyasixabanisa nomndeni
Bathi yiyo eyasixabanisa nomndeni
Umfwethu wahamba malunde amalunde malunde
Ngiyatabalaza ngifuna uzuka
Utonakekela uOyathi naDudu
nakuphela inyanga ngiyabuya.
Anginakuthula mangibabona
Ezithombeni zabo kumane kuphele
Anginakuthula mangibabona
Ezithombeni zabo kumane kuphele
UOyathi uyakhala no Dudu akasalali
NoMama uyaguqa uyakhuleka.
Wena lokhu wabhunguka nje
Awusabuyi ngathi uduke nezwe.
Webhuti unemfuyo, unomuzi impilo
Webhuti unemfuyo, unomuzi impilo
Umfwethu wahamba malunde amalunde malunde
Bathi yiyo eyasixabanisa nomndeni
Bathi yiyo eyasixabanisa nomndeni
Wahamba amalunde amalunde amalunde
(awubuye mfowethu awubuye khaya)
(WeMduduzi buye khaya weh)
(Nawe Xolane buye khaya buya)