uSolo intsizwa ka Mthimkhulu
Ngithokozisa iy'Nkosi zami na lapho impande idabuka khona
Nisuke ey'ntabeni naso lwandle
Makuded' umnyama, k'vele ukukhanya
Ngithi ngiph' amandla ngiph' ulwazi
Abakwazi nok'thinta no layini
Kuthiwa Wacashelwa inyongo lo
Ephenduk' aguqe ngedolo pho
Ekwelet' ukhlawul' amalobolo
Igedla lagubha, ikhehla liyavuma
Sekvela ngiphupha, ilanga lokufa
Bashesha bavuka baqhamuka abaphansi
Nisuke ey'ntabeni naso lwandle
Makuded' umnyama, k'vele ukukhanya
Ngithi ngiph' amandla ngiph' ulwazi
Thokozani we Mathonzi, ka Moeketsi nabo Conjwa
Bathuke bonke mebang'bona ngivuka emathuneni ngoba ngiy' ghost
Bathukuthela mebang'bona ngidlula k'phela ngingena beef ngiyi nkhundla
Inhlamvu kunini idutshulwa?
Bathumela usathane was'thathela inyuku
Sagcina ses'geza nge gazi lenkukhu
Sagoqoza utshwala ebusuku
Nisuke ey'ntabeni naso lwandle
Makuded' umnyama, k'vele ukukhanya
Ngithi ngiph' amandla ngiph' ulwazi
Abakwazi nok'thinta no layini