LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Thembalami

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Maning’amagama engikubiza ngawo
Maning’amagama engikubiza ngawo
Ngikubiza Honey
Ngikubize Love
Ngikubize Baby
Ngithi Sthandwa sami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami yeah yeah yeah
Ngisuke ngichaz’ukuthi bay’phulile inhliziyo yami
Seng’thembe wena
Ngisuke ngichaz’ukuthi
Ikusasa lami
Ngilibona nawe
Awu ngyazi bathi kuncono
Ukuthemb’ilitshe
Kunokuthemba umuntu
Kodwa ngyakthemba
NoMaKhanyezi ugogo wami wangitshela
Wath’ungavumeli umuntu
Abe yiyona yonk’into kuwe
Ngoba may’sengekho
Uzongasali nalutho ey
IRelationship yami yokugcina lena
Lana ngizophuma ngebhokisi yeah yeah yeah
Maning’amagama engikubiza ngawo
Maning’amagama engikubiza ngawo
Ngikubiza Honey
Ngikubize Love
Ngikubize Baby
Ngithi Sthandwa sami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami yeah yeah yeah
Maning’amagama engikubiza ngawo
Maning’amagama engikubiza ngawo
Ngikubiza Honey
Ngikubize Love
Ngikubize Baby
Ngithi Sthandwa sami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami yeah yeah yeah

WRITERS

Siyanda Nombela

PUBLISHERS

Lyrics © O/B/O DistroKid

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

LyricIQ Analysis

Top Emotion

Sadness

Sentiment
Thumbsup Icon
Theme

None