Jehova, ngikwethembile thixo wami
Ngempilo yami, ngyazinikela kuwe baba
Ngoba mina ngithembele, ngithembele kuwe baba
Hhaai baba, Mina ngthembele
Baba ngingumhambi walendlela
Buningi ubunzima obuhlale bungilindele
Ngizobunqoba, ngokuthemba kuwe
Ngiyazi, baningi engabonayo
Hhaai baba, Mina ngthembele
Ungibonisile uthando lakho baba
Mina ngibonga umusa wakho
Ngiphinde ngibonge uthando lakho
Ngangihamba ebumnyameni ngingazi lutho
Ngiyakubona ukukhanya kwakho
Yingakho, mina ngithembele...
Hhaai baba, Mina ngthembele