Cha ngiyay'letha baba ngcel' iNtethelelo
Sandl' esangkhulisa sasingenawo umthetho
Beseng'Xolisile nakuBab' uSbeko,
NgoMfana wakhe ngangimgwaze ngoMgqibelo
Sengaphenduk'ingane engenambeko
Kanti vele ngkhul' imbeleko yayingekho
Baba wayengang'yali iSona lesi Isphetho
Ngase ngigcina ngenz' izinto zaseGhetto
Aw baba ngyashweleza baba
Aw baba ngyashweleza baba
Aw baba ngyashweleza baba
Aw baba ngyashweleza baba
Vel' iSgwebo siyangfanela
Ngyathemba soba munye ngeLinye ilanga
Uklethel'abantu ukhlupheka
Left and Right and Center khlale k'khalwa ngami
Kthiw' ekbeni ngibe yiSbusiso
Mndeni esengyonile ingaphezu kwemihlanu
NeliShumi ngaphezulu ngsahlal' eSoweto
Aw baba ngyashweleza baba
Aw baba ngyashweleza baba
Aw baba ngyashweleza baba
Aw baba ngyashweleza baba