Ngizok'tshela ngami ngeke ngilokhu ngik'Drayisela
Kwasho abazali uzokhula ub'udokotela
Ncooh what a sweet dream bey'phuphela
Lol sisho samaphanta siy'hlekela
Angisho lutho angingak'lahlisi amathemba
Nami ang'nalutho ngibambe wona amathenda
Ngibonga utho ol'ngena inyanga miphela
K'yafana three days ibisiphela
Angiykhethelanga impilo kodwa nayi
Abanye bayenza ihlaya bathi ifunny
Abanye baneDegree kodwa abaspani
Omunye usesgele wenz' iCourse angayazi
Uzothuka esesebenza enza ispani angas'thandi
Kodwa angim'Blame naye unolwakhe ulwazi
Kwazi ba? Yena uyakhula maybe ubuka iskhathi
(Kwasho uMandoza) Hlonipha impilo boy
K'mele uphante kanzima bro
Akulona iTrey ayiy'zeli dawg
Hlonipha impilo boy (Yah)
K'mele uphante kanzima bro
Akulona iTrey ayiy'zeli dawg
Meng'bala iy'nkinga kungaze kushone ilanga
Una16 ubona iy'nkinga zomhlaba
Umncane kodwa ubone beshizila ontanga
Besuke esgele bebe bephuthuma espani
Izinto aziwona uSet ngish'umtanami
Ngish' intwana yami izodinga
Abanye balala ngeDrink yona iphuza amanzi
Yona miphika ney'ngane izomhlula iLife
K'mele uphante kanzima bro
Akulona iTrey ayiy'zeli dawg
K'mele uphante kanzima bro
Akulona iTrey ayiy'zeli dawg
Ivari ngami ukuthi awazi ngicabangani
I-style ebengisphila angithi uk'phika nabangani
Like really mina wonke (Mxm) vele ang'nabangani
Athi ngiy'qale ek'qalen ngiktshele ngicabangani
K'sukela ngina four years angikaze ngiphile grand
Maybe it was fourteen years back ngiy'philela noGranny
I think ngangiHappy cause ngangikhuluphala
Nok'phila bekwiChoice ngoba nakhu mkhulu umhlaba
Bethi zweli awnay' intombi
Ingakho ngang'ngaBrokeeee ey