Ematekisini intombi zethu zihlalo sea phambili nje kanti kwenziwa nje
Ematekisini intombi zethu zihlalo sea phambili nje kanti kugilw'imikhuba
Ngambamb'usomatekisi ebalis'intombi yami imali
Kant'uyabilis'imali kaKhabazela
Ngambamb'usomatekisi ebalis'intombi yami imali
Kant'uyabilis'imali kaKhabazela
Ngivele ngasola kuthiw'angihlal'emjva intombi yam phambili
Akasayishintshi uyayihlohloloza lekhumbi
Uyishintsha maqed'amthint'amadolo
Phela lo umuntu wami ngiyahlabeka ngaye
Akasayishintshi uyayihlohloloza lekhumbi
Uyishintsha maqed'amthint'amadolo
Shintsha, shintsha mova driver ungashintshi abasati ba hina
Shintsh'imoto samatekisi, ungalokhu uphulul'intombi yami amadolo
Yamshintsha yamenz'isilomo
Yamshintsha yamenz'isilomo
Shefeza Current ubonwe izintombi zamoyizela kancane maqede bahlabek'olova wedlula kanjalo
Phuthaliyenzeka mhlab'ujikel'obaqwee
Yimina wethu ngingumfana kaMolo ngiphum'ezansi kwaMaphumulo
Izinkomo zakithi ngazishisa ziphuma amanjinjinji umful'oshizikhawu
Ngivele ngewindi phezulu kwesikagogo omfishane yeb'ya salukazi sempondo
Ngivuyile makhulu ngiphinde ngamfuman'uTat'umhlekazi ndithetha
Nawe nje nanguya uthwe chwa phaya phezulu kwentaba zaseQonco
Phephuka ngoba ng'kuphusha ngoMdladlambe mthwalo kaTholakele i-Ubnormal
Mabili amasango kukhona elokuya nelokubuya ekhaya konina kwaHadebe
Hlikihla Dogzin, umgodi kawugcwali mawuthanda mfana
Ematekisini intombi zethu zihlalo sea phambili nje kanti kwenziwa nje
Ematekisini intombi zethu zihlalo sea phambili nje kanti kugilw'imikhuba
Ngambamb'usomatekisi ebalis'intombi yami imali
Kant'uyabilis'imali kaKhabazela
Ngambamb'usomatekisi ebalis'intombi yami imali
Kant'uyabilis'imali kaKhabazela
Ngivele ngasola kuthiw'angihlal'emjva intombi yam phambili
Akasayishintshi uyayihlohloloza lekhumbi
Uyishintsha maqed'amthint'amadolo
Phela lo umuntu wami ngiyahlabeka ngaye
Akasayishintshi uyayihlohloloza lekhumbi
Uyishintsha maqed'amthint'amadolo
Shintsha, shintsha mova driver ungashintshi abasati ba hina
Shintsh'imoto samatekisi, ungalokhu uphulul'intombi yami amadolo
Uyayiphuz'uyayibhema, eny'ushela ngayo
Mhla wayithath'uKhabazela umkhumbi yakhe kuyovel'amahlazo
Uyayiphuz'uyayibhema, eny'ushela ngayo
Mhla wayithath'uKhabazela umkhumbi yakhe kuyovel'amahlazo
Uyayiphuz'uyayibhema, eny'ushela ngayo
Phela wena awusagqemez'uyaphapha
Yamshintsha yamenz'isilomo
Yamshintsha yamenz'isilomo
I-Quantum kabab'uMkhize (leli Quantum selamenz'iTop shayela)
Yamshintsha yamenz'isilomo (kwab'umgod'onganukwanja)
I-Quantum kabab'uMkhize (injal'imali novuk'uvale into zamasoka)
Yamshintsha yamenz'isilomo