LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Born Again

•

2003

Uma Kungenxa (Choir Mix) (Choir Mix)

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Mhh uma kungenxa (Uma kungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezono zami)
Sthethelele (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Noma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
Nenxa yezono (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Jehova (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Hayayi baba uphukile umphefumlo wami
Ibuzwile ubuhlungu ihliziyo yami
Masumthatha baba ngingakamazi
Ngingakamazi ngingakamniki lonke uthando
Okumele ngimnike lona

Ayaphela amathemba ami
Sincane impela isikhathi asichithe nami
Nkosi yami yamukela umoya wami aphumule

Mhh uma kungenxa yobubi bam (Uma kungenxa yobubi bam)
Uma kungenxa yezono (Noma kungenxa yezono zami)
Sthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yezono zam (Uma kungenxa yokona kwam)
Uma kungenxa yenkohlakalo (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mkhulule baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Mhh uma kungenxa (Uma kungenxa yokona kwam)
(Noma kungenxa yezono zami)
Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Ayaphela amathemba ami
Sincane impela isikhathi asichithe nami
Nkosi yami yamukela umoya wami aphumule
Umphefumlo wakhe baba uphephe kuwe

Uma kungenxa (Uma kungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezono zami)
Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

(Uma kungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezono zami)
(Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

(Uma kungenxa yokona kwam)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
(Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Hayayi (Uma kungenxa yokona kwam)
(Noma kungenxa yezono zami)
(Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Noma kungenxa yezono zam(Uma kungenxa yokona kwam)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
(Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

Uma kungenxa baba (Uma kungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezono zami)
(Mkhulule ahambe baba unbengenacala)

Uma kungenxa yobubi bam(Uma kungenxa yokona kwam)
(Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
(Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)

WRITERS

DEBORAH FRASER, SIPHO MBELE

PUBLISHERS

Lyrics © Universal Music Publishing Group

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

More From This Album

Lyric cover art

Born Again

2003

01

Born Again

Robert Randolph & the Family Band

02

Forever In My Heart

Deborah

03

Dila Nabo Nkosi

Deborah Fraser

04

Hlomani Izikhali

Deborah

05

Phomolo Yaka

Deborah

06

Nansi Le Nqola

Deborah

07

Wozani

Deborah

08

Uphi Umhlobo

Deborah

09

Imvuselelo

Deborah Fraser

10

Ngimtholile Ujesu

Deborah

11

Vukani Bandla Bo

Deborah

12

Mangihamba

Deborah Fraser

13

Abanye Bayombona

Deborah

14

Uma Kungenxa (Choir Mix)

Deborah Fraser