LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Stoki Stoki

•

1994

Somebody

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Somebody, somebody's knocking at my door
Ngizwa sengath'uyanqonqotha kant'uyamemeza
Somebody, somebody's knocking at my door
Kanti uwe mthakathi ndini

Somebody, somebody's knocking at my door
Ngizwa sengath'uyanqonqotha kant'uyamemeza
Oh somebody is knocking at my door
Kanti uwe mthakathi ndini

Hayi bo mthakathi ndini
Angibhengezwa
Angithintwa angenziwa njalo

Muhla ngibuyisel'ezam izinduku
Uzothi bab'enjeni futhi amadlozi afun'ingulube

Uzobuyek'ubuthakathi
Oh yeh madoda bengithi ngiyaganga
Kanti nginyathel'inyok'emsileni

Eshu wazigwaza ngowakho
Oh yeh madoda bengithi ngiyaganga
Kanti nginyathel'inyok'emsileni

Awu wazigwaza ngowakho
Oh yeh madoda bengithi ngiyaganga
Kanti nginyathel'inyok'emsileni
Umunt'akasukelwa engenzanga lutho bakini

Awubheke manje
Ngisukel'umnumzane ongathintwa
Ngaze ngazigwaza ngoni??
Ngazigwaza ngoni??
Ungabomthint'umuntu ngob'uphethe wuphi lomshayeli

Ngiyazisola manje
Ngab'angiwenzanga umhlola onjena
Ngisengxakini manje
Uhamb'ufun'abangcono abathakathi

Awubheke manje
Ngisukel'umnumzane ongathintwa
Ngaze ngazigwaza ngoni
Ngazigwaza ngoni
Heh he he ulayekile

Bukwehlulile ubuthakathi
Oh yeh madoda bengithi ngiyaganga
Kanti nginyathel'inyok'emsileni

Eshu wazigwaza ngowakho
Oh yeh madoda bengithi ngiyaganga
Kanti nginyathel'inyok'emsileni

Maye wazigwaza ngowakho
Oh yeh madoda bengithi ngiyaganga
Kanti nginyathel'inyok'emsileni
Waze wazigwaza ngowakho

Ngiyabuyeka lobuthakathi
Angeke ngiphinde ngigangel'umuntu
Hamba suka la mthakathi ndini

Ngiyabuyeka lobuthakathi
Angeke ngiphinde ngigangel'umuntu
Hey hamba kini

Ngiyabuyeka lobuthakathi
Angeke ngiphinde ngigangel'umuntu
Kwenzani lokumkhunkulu kimi?

Ngiyabuyeka lobuthakathi
Angeke ngiphinde ngigangel'umuntu
Bewuthi wenzani?

Ngiyabuyeka lobuthakathi
Angeke ngiphinde ngigangel'umuntu
Hamba kini ngeke

Ngiyabuyeka lobuthakathi
Angeke ngiphinde ngigangel'umuntu

WRITERS

HILDA TLOUBATLA, TOKI JOSEPH MABE

PUBLISHERS

Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Warner Chappell Music, Inc.

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

More From This Album

Lyric cover art

Stoki Stoki

1994

01

Nyamphemphe

Mahlathini, Mahlathini and the Mahotella Queens

02

Ijokwe

Mahotella Queens

03

Ilamba Lidlile

Mahlathini & the Mahotella Queens

04

Sibali

Mahlathini & the Mahotella Queens

05

Masibambaneni

Mahlathini & the Mahotella Queens

06

Umgqashiyo

Mahlathini & the Mahotella Queens

07

Stoki Stoki

Mahotella Queens

08

Somebody

Mahlathini & the Mahotella Queens

09

Guga Mzimba

Mahlathini & the Mahotella Queens

10

Hamba Phepha Lami

Mahlathini & the Mahotella Queens

11

Ntate Le Mme

Mahlathini & the Mahotella Queens

12

Sihambile

Mahlathini & the Mahotella Queens

From This Artist