Ngoba ukwehla kwezinyembezi
Uguqe phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo
Ngoba ukwehla kwezinyembezi
Kuguqwe phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo
Hhayi ngilimele, kubuhlungu
Ngizokhala kuzwe bani na?
Mina ngilimele, kubuhlungu
Ngizokhala kusabele bani na?
Hhayi ngilimele, kubuhlungu
Ngizokhala kuzwe bani na?
Mina ngilimele, kubuhlungu
Ngizokhala kusabele bani na?
Umm, ngiyazi ulimele sthandwa sami
Mina ngivuma iphutha ngelami
Ayihlale phansi ibamb'umthetho sthandwa sami
Mina ngivuma iphutha ngelami
Hhayi, ngilimele (ngilimele)
Ngizokhala kuzwe bani na?
Mina ngilimele (wena ulimele)
Ngizokhala kusabele bani na? (Umm—woh)
Hhayi, ngilimele (ulimele)
Kubuhlungu (futhi kubuhlungu)
Ngizokhala kuzwe bani na? (Sengiyezwa wee)
Mina ngilimele (wena ulimele)
Ngizokhala kusabele bani na?
Ngoba ukwehla kwezinyembezi (woh)
Ukuxola kwenhliziyo (hhayi, yeh)
Uguqe phansi ngedolo, ukuphola kwenhliziyo (hhayi, yeh)
Hhayi ngilimele, kubuhlungu (iyoh)
Ngizokhala kuzwe bani na? (Hhayi, yeh)
Mina ngilimele, kubuhlungu (hhayi, yeh)