Uthando lwam kuwe Angeke luphele
Ngingaba yinina maungekho kimi
Wanginakekela ngisebumnyameni wangingenisa ekukhanyeni
Sengiyabona manje, sengiyitholi ndlela
Ngomusa noThando lwakhe lowo oyi
Wangivikela Mina ezonweni zami
Ngemini yomgwebo, mabengibuza ngenzeni
Ngiyakubona Jesu ngothando lwakho olungaka, ongibonise lona ngisemhlabeni