LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Kulungile Baba

•

2016

Kulungile Baba

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Baba kulungile
Ma kuyintando yakho
Okwenzek' empilweni zethu

Kulungile ke Baba (kulungile Baba)
kulungile ke Baba
eKulungile Somandla (kulungile Baba)
Kulungile ke
eKulungile makuyintando yakho
(Kulungile ke Baba) kulunge konke Somandla
eKulungile ke Baba (kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba
Ekulungile ke Baba
(Kulungile baba) konke okwenzekaya makuyintando yakho Somandla
Ye kulungile ke Somandla, kulungile ke (kulungile Baba) ah ah

Makuyintando yakho ke Somandla
Konke okwenzekaya empilweni zethu kulungile ke
Noma kukubi noma kukuhle kulungile
Kodwa makuyintando yakho makuvume wena
Baba noma ukholo lwethu belunyakazisa Baba
Noma imvungumvungu zifika
Kulungile ke
Kulungile ke Somandla
Kulungile makuvhume wena
Kulungile oh

(Kulungile Baba) kulungile ke Baba
Noma kwenzek'izinto ezibuhlungu empilweni zethu
(Kulungile Baba) kodwa kulungile
Noma besihlukumeza besihluphel'ukholo lwethu ah
(Kulungile Baba) ah kulungile ke Baba
Baba noma kubuhlungu baba kodwa kulungile
Kulungile (kulungile Baba) ah ahh
Lalela ngithi noma kunenkinga laph'ekhaya kodwa ngithi ke (kulungile Baba)
Makuyintando ykhe kulungile ke
Nom'omakhelwana behlekisa ngawe (kulungile baba) kodwa makuyintando yakhe
(Kulungile Baba) kulungile
Noma sebehleka ngawe behleba ngawe kulungile ke
(Kulungile Baba) ah

Ngithi noma umshado wako ubhidlika laph'ekhaya kodwa ngithi (kulungile Baba)
Makuyintando yakhe yena
Kulungile Baba (kulungile Baba) ah kulungile
Noma umsebenzi usukuphelele
Kodwa makuyintando yakho (kulungile Baba)
Kulungile ah

Ngiyazi ulala ungadlile ekhaya kodwa kulungile ke (kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba kulungile
Noma inkinga zikulandela
Kodwa makuyintando yaKhe (kulungile Baba)
Mus' ukukhala mus'ukhala usatane uzojabula
Eh kulungile Baba (Kulungile Baba)
Kulungile Baba
Ey kulungile ke Somandla (kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba
Baba makuvume wena
Ngempilo zethu kulungile ke (kulungile Baba)
Kulungile Baba Kulungile kulungile Baba ah
Mus'kukhala, mus'kukhala sul'inyembezi ah

WRITERS

SFISO RONNIE NCWANE

PUBLISHERS

Lyrics © Downtown Music Publishing, UBEM (União Brasileira de Editoras de Música)

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

More From This Album

Lyric cover art

Kulungile Baba

2016

01

Ingakho Ngicula

S'fiso Ncwane

02

Kulungile Baba

S'fiso Ncwane

03

Halala

S'fiso Ncwane

04

Baba Uyingcwele

S'fiso Ncwane

05

Yahweh

S'fiso Ncwane

06

Kepha Ngale

S'fiso Ncwane

07

Ngiyabonga Kuwe Baba

S'fiso Ncwane

08

Wonderful Jesus

S'fiso Ncwane

09

Masihlanganeni

S'fiso Ncwane

10

Ufanelwe Ubukhosi

S'fiso Ncwane

11

Akasoze Angidele

S'fiso Ncwane

12

Crazy For Your Love

S'fiso Ncwane

13

Alushintshi (Uthando Luka Jesu)

S'fiso Ncwane

14

Yehla Moya Oyingcwele

Sfiso Ncwane

15

Amen

Sfiso Ncwane

16

Favor Is My Name

S'fiso Ncwane

17

Don't Give Up (Motivation)

S'fiso Ncwane

From This Artist