LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Please Call Me

•

2013

Angikuzwa

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Usuka le la osuka khona
Uzongitshela lento ongitshela yona
Angikuzwa futhi angikuzwa futhi
Usuka le la osuka khona
Uzongitshela lento ongitshela yona
Angikuzwa futhi angikuzwa futhi

Uthi kimi mina
Angihlukane nentombi yakho
Ngizoyala kanjani
Ngoba intombi ayaliwa nje
Uthi kimi mina
Angihlukane nentombi yakho
Ngizoyala kanjani
Ngoba intombi ayaliwa nje

Usuka le la osuka khona
Uzongitshela lento ongitshela yona
Angikuzwa futhi angikuzwa futhi
Usuka le nalapho osuka khona
Uzongitshela lento ongitshela yona
Angikuzwa futhi awuphinde futhi

Uthi kimi mina (uthi kimi mina)
Angihlukane nentombi yakho (angihlukane nentombi yakho)
Ngizoyala kanjani (ngizoyala kanjani)
Ngoba intombi ayaliwa nje (ngoba intombi ayaliwa nj)
Uthi kimi mina (uthi kimi mina)
Angihlukane nentombi yakho (angihlukane nentombi yakho)
Ngizoyala kanjani (ngizoyala kanjani)
Ngoba intombi ayaliwa nje (ngoba intombi ayaliwa)

Uthi kimi mina
Angihlukane nentombi yakho
Ngizoyala kanjani
Ngoba intombi ayaliwa nje

Kanti yona ayazi yini
Ukuthi yintombi yakho
Ngoba ngabe ngizwe ngayo (ngabe ngizwe ngayo)
Kanti yona ayazi yini
Ukuthi yintombi yakho
Ngoba ngabe ngizwe ngayo (ngabe ngizwe ngayo)

Ayi wes'shimane (s'shimane s'shimane)
Ayi wes'shimane (s'shimane s'shimane)
Ayi wes'shimane (s'shimane s'shimane)
Awu hlukana namasoka (s'shimane s'shimane)

Ayi wes'shimane (s'shimane s'shimane)
Ayi uyis'shimane (s'shimane s'shimane)
Ayi wes'shimane (s'shimane s'shimane)
Awu hlukana namasoka (s'shimane s'shimane)

Usuka le nalapho osuka khona (s'shimane s'shimane)
Uzongitshela lento ongitshela yona (s'shimane s'shimane)
Angikuzwa futhi (s'shimane s'shimane)
Awuphinde futhi (s'shimane s'shimane)

PUBLISHERS

Lyrics © TUNECORE INC, TuneCore Inc.

Share icon and text

Share

See A Problem With Something?

Lyrics

Other

More From This Album

Lyric cover art

Please Call Me

2013

01

Ziqhenye (feat. Pu2ma)

Shabalala Rhythm

02

Sala Usumbamba

Shabalala Rhythm

03

Siyana naye

Oliver Mtukudzi, Shabalala Rhythm

04

Ngeke Kulunge

Shabalala Rhythm

05

Ngaliwe

Shabalala Rhythm

06

Please Call Me (feat. Oliver Mtukudzi & DJ Tira)

Shabalala Rhythm

07

Ubani Lo

Shabalala Rhythm

08

Ivila

Shabalala Rhythm

09

Ubuza Mina

Shabalala Rhythm

10

Abamsize

Shabalala Rhythm

11

Kwaze Kwamnandi

Shabalala Rhythm, Zim Dollar

12

Ubani Lo (feat. n'farly Kouyate)

Shabalala Rhythm

13

Angikuzwa

Shabalala Rhythm

14

Ngicela Ungifonele

Shabalala Rhythm

From This Artist