LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

Umaqondana

•

2003

Ungangishiyi

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Hiwe sthandwa sami
Ngitshel' iqiniso mntakwethu
Ngabe kukhona yini lapho konakele khona

Hiwe sthandwa sami
Ngitshel' iqiniso mntakwethu
Kukhona yini lapho konakele khona

Yini engathi awusangithandi
Ngaleya ndlela obungithanda ngayo

(yini engathi awusangithandi ngaleya ndlela)
(yini engathi awusangithandi ngaleya ndlela) obungithanda ngayo
(yini engathi awusangithandi ngaleya ndlela)

Ho mina ngingaphila kanjani ngaphandle kwakho
Ngeke ngiphile ngisize ungangishiye
Ho mina ngingaphila kanjani ngaphandle kwakho
Angeke ngiphile ngisize ungangilahli

Khulul' umoya wami (osiza ungangishiyi)
Khulul' inhliziyo yami (osiza ungangishiyi)
Khulul' umoya wami wena (osiza ungangishiyi)
Khulul' inhliziyo yami (osiza ungangishiyi)

Thanda ngek' ungilahle (osiz' ungangilahli)
Thanda ngek' ungishiye (osiz' ungangilahli)
Thanda ngek' ungilahle (osiz' ungangilahli)
Thanda sofa slahlane mina nawe (osiz' ungangilahli)

Ngoba nguwe wedwa empilweni yami ngoba nguwe wedwa
Ngoba nguwe wedwa empilweni yami ngoba nguwe wedwa
Uma ngingalahlwa nguwe ngingaba yini
Uma ngingalahlwa nguwe mina ngingaba yini

(ngoba nguwe wedwa empilweni yami ngoba nguwe wedwa) khulul' umoya wami
(ngoba nguwe wedwa empilweni yami ngoba nguwe wedwa) khulu' inhliziyo yami
(ngoba nguwe wedwa empilweni yami ngoba nguwe wedwa) khulul' umoya wami
(ngoba nguwe wedwa empilweni yami ngoba nguwe wedwa) khulu' inhliziyo yami

Khulula umoya wami wena
Khulula inhliziyo yami
Thanda ngek' ungilahle
Thanda ngek' ungishiye
Thanda ngek' ungilahle
Thanda sofa slahlane mina nawe

Hiwe sthandwa sami
Ngitshel' iqiniso mntakwethu
Ngabe kukhona yini lapho konakele khona

Hiwe sthandwa sami
Ngitshel' iqiniso mntakwethu
Kukhona yini lapho konakele khona

Yini engathi awusangithandi
Ngaleya ndlela obungithanda ngayo

(yini engathi awusangithandi ngaleya ndlela)
(yini engathi awusangithandi ngaleya ndlela) obungithanda ngayo
(yini engathi awusangithandi ngaleya ndlela)

Ho mina ngingaphila kanjani ngaphandle kwakho
Ngeke ngiphile ngisize ungangishiyi
Ho mina ngingaphila kanjani ngaphandle kwakho
Angeke ngiphile ngisize ungangilahli

Khulul' umoya wami (osiza ungangishiyi)
Khulul' inhliziyo yami (osiza ungangishiyi)
Khulul' umoya wami wena (osiza ungangishiyi)
Khulul' inhliziyo yami (osiza ungangishiyi)

Thanda ngek' ungilahle (osiz' ungangilahli)
Thanda ngek' ungishiye (osiz' ungangilahli)
Thanda ngek' ungilahle (osiz' ungangilahli)
Thanda sofa slahlane mina nawe (osiz' ungangilahli)

Uma ngingalahlwa nguwe mina ngingaba yini (ngoba nguwe wedwa empilweni yami nguwe wedwa)
Khulula umoya wami wena (ngoba nguwe wedwa empilweni yami nguwe wedwa)
Khulula inhliziyo yami (ngoba nguwe wedwa empilweni yami nguwe wedwa)
Khulula umoya wami wena (ngoba nguwe wedwa empilweni yami nguwe wedwa)
Khulula inhliziyo yami (ngoba nguwe wedwa empilweni yami nguwe wedwa)
Khulula umoya wami (ngoba nguwe wedwa empilweni yami nguwe wedwa)
Khulula inhliziyo yami (ngoba nguwe wedwa empilweni yami nguwe wedwa)

Khulula umoya wami wena (osiza ungangishiyi)
Khulula inhliziyo yami (osiza ungangishiyi)
Thanda ngek' ungilahle (osiza ungangishiyi)
Thanda ngek' ungishiye (osiza ungangishiyi)
Thanda ngek' ungilahle (osiz' ungangilahli)
Thanda sofa slahlane mina nawe (osiz' ungangilahli)

(osiz' ungangilahli)
(osiz' ungangilahli)
(osiza ungangishiyi)
(osiza ungangishiyi)
(osiza ungangishiyi)

PUBLISHERS

Lyrics © TUNECORE INC, TuneCore Inc., Sony/ATV Music Publishing LLC

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

More From This Album

Lyric cover art

Umaqondana

2003

01

Ilul' Iqondile Lento

Shabalala Rhythm

02

Wath' Ufun' Ukugana

Shabalala Rhythm

03

Umaqondana

Shabalala Rhythm

04

Sengijikelwe Nanguwe

Shabalala Rhythm

05

Kanti wena wenzani

Khanyo Maphumulo, Shabalala Rhythm

06

Wanginyundela

Shabalala Rhythm

07

Uma Wengane

Shabalala Rhythm

08

Ekhenana

Shabalala Rhythm

09

Ungangishiyi

Shabalala Rhythm

10

Hlonipha

Shabalala Rhythm

11

Abanye Abantu

Shabalala Rhythm

12

Umaqondana (Remix)

Shabalala Rhythm

From This Artist