Indoda enjani lena mama, indoda enjani?
(Ikhuluma ngoMaskandi kuze kuyoshona ilanga)

Nasebusuku, akasangithinti
(Ukhuluma ngomkhonto kuze kuyophuma ilanga)
Nasebusuku, dali akasangithinti

Shiyawo mangafa indlala (Shiyawo, shiyawo, shiyawo)
Shiyawo mangafa indlala weh (shiyawo, shiyawo, shiyawo)
Ngaze ngayibanga indoda ne bulukwe
Ngayibanga indoda ne bulukwe
Uhlal' ukhuluma ngoMaskandi
Uhlal' ukhuluma ngoMaskandi wena
Eh haibo mina awusanginaki manje
Uhlal' ungitshela ngQhawe lami
Uhlal' ukhuluma ngoMaskandi
Uhlal' ukhuluma ngoMaskandi wena
Eh haibo mina awusanginaki manje
Uhlal' ungitshela ngQhawe lami
Kuvuk' isikhwele komunye manginjena
Eh kanti ubon' ukuthi mina bazong'bona abanye
Kuvuk' isikhwelе komunye manginjena
Weh kanti ubon' ukuthi mina bazong'bona abanye
Awu ngithi awuxolis' inhliziyo dali wami
Ngisazok'gqilaza mina ngengeze
Eh ngithi awuxolis' inhliziyo dali wami