Mntakwethu ngiyakuthanda mntan'omuntu
Mntakwethu ngiyakuthanda ngane yabantu
Ingabe la ukhona wen'uyangithanda yini na?

Ingabe la ukhona wen'uyangikhumbula yini?

Hamba phepha lam uyongikhonzela kulezontaba
Hamba phepha lam uyongikhonzela kulezontaba
Mntakwethu ngiyakuthanda mntan'omuntu
Mntakwethu ngiyakuthanda ngane yabantu
Ingabe la ukhona wen'uyangithanda yini na?
Ingabe la ukhona wen'uyangithanda yini na?
Ingabe la ukhona wen'uyangitkhumbula yini?